umaguqu plant uses

umaguqu umuthi oguqula izinto ezimbi zibe zinhle , uguqula izigadlo zabathakathi, uguqule idlozi elimbi elikufulathele libheke ngakuwena libe lihle. uyawuphuza lomuthi ugcwale isisu usho okubi empilweni yakho ofuna kube kuhle bese uyawuphalaza. Konke okubalayo kuyaguquka kube kuhle. Umaguqu Uyageza , uyaphalaza, uyafutha/uyaqguma ngawo. uma uphalaza uphalaza ngamanzi antukunuku noma singathi are warm or afudumele. Angeke waphalaza ngamanzi ashisayo ngoba uzosha angithi uyakwazi lokho?

ukuphupha umaguqu umuthi

Amaphupho ngomuthi umaguqu, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umaguqu? ukuphupha umuthi umaguqu ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Izincazelo zemithi